izithakazelo - Dr. Ben Khumalo

Transcription

izithakazelo - Dr. Ben Khumalo
IZITHAKAZELO
kafuphi nangobude bazo
ziqoqwa
nguBheni kaMkhulunyelwa noMaZungu wakwaKhumalo eBaQulusini
1994
- ubanjiswano olusaqhubekayo –
(sezigamenxe zedlula emakhulwini amane
ISIBONGO
esisetshenziswayo
IZITHAKAZELO
kafuphi
[474] izibongo kulolu hlu)
IZITHAKAZELO
ngobude bazo
474
B
12
Bhebhe
Makhedama,
Soyengwase,
Nina bakaBhebhe kaMthendeka!
Nina bakaSoqubel’ onjengegundwane!
Nina baseSiweni,
kwaMpuku yakwaMselemusi,
kwaNogwence webaya!
Dlomo weNdl' ende!
Sihlangu samavaka seswel' ababhemu!
Wen' owalala nomunw'endunu,
wavuka wawuncinda
wawukhomb'ilanga!
Makhul'emini
abafokazana bekhul' ebusuku!
Zingwazi zempi yakwaNdunu!
Njoman' eyaduk' iminyakanyaka,
yatholakal' onyakeni wesine;
yabuye yatholakala ngowesikhombisa!
Langeni,
owavel' elangeni!
1|Page
Bhembe
Bhengani
Bhengu
Mashinini, Guliwe
Singo, Nyambawu
Ngcolosi, Dlabazana
Bhuyeni
Biyase
Sigwaxa
Khathini, Ziqubu
Luphondo!
Biyela
Mgazi, Ntshangase,
Menziwa,
Mvundlane, Mgazi,
Malandela,
Ndabezitha,
Mgazi!
Blose
(Bhulose)
Ndelu, Shinga,
Madiba (Madziba),
Dimba, Duma,
Mseleku,
Bohlela!
Nina bakwaDlabazanekaNgwane,
kaNephu kaLamula!
Nyawo zigezwa ngamazolo!
Nin’ enivuka nixubhe ngelala!
Shongololo,
wath’ uyalithinta lahwaqabala!
Ngabe siyakudla, sesab'
imilenzelenze!
Nyawo zeshongololo kaziphumuli!
Sigampu!
Ngwane, ingwan’ ingwadi;
abayibone ngesond' ukuth’ iwelile!
Jali!
Nin’ enilala nomunw’ endunu,
nivuke nikhwif' ilanga!
M’memezi kaHlangabeza,
Ngcolosi!
Ngonyama yenduna,
Luzumane kaNdaba!
Bazume, Ndaba, balibele!
Njezi kaXhoko!
Mvundlane wasoKhabeni,
Mbeng' osinda abosi,
Phonsel’ obus’uMajonjobela!
Othunga ligcwala lingethiwanga;
ligcwal’ ukuhlakanipha!
Noncengwa!
Wen’ owancengw’ izintombi
zathi sicel’ usishade, Bhulose!
Chobile!
Wen’ owachob’ izintwala
zenkosazana!
Shinga!
Ak’shinganga mina,
kwashing’ isibongo!
Bophela
Hlomuka, Ngidi
2|Page
Busane,
Fuyane,
Mazinga!
Bukhosini
Buleni
Buthelezi
Mtshali
Shenge, Sokwalisa
Phungashe
Mnyamana kaNgqengelele!
Mnandi ngamondi!
Wen’ owadliwa ‘zindlovukazi
zamlobolela!
Nina ‘zinyawo ezimahhele,
enaganis’ izintombi nanganye
nangambili!
C
15
Caluza
Cambi
Cebekhulu
Mnguni
Mathaba
Linda, Nsele, Mafu,
Nkunga
Nsele kaLindamkhonto!
Nongalo, Mntungwa, Sothinyase!
Linda kaMafu!
Nina bakaMtoyi kaGobho!
Mayinga kaNombedu;
Oying’ izintaba zombili!
Uying’ uMpehleya;
wayinga noMaqhwakazi!
Izintab’ ezinamancongo (amabizo)
njengabantu!
Intak’ ehlal’ umhlakuva wakhothama!
Is’khov’ umahhehhe;
singathi hhi, siyenanela!
Senanel’ im’hlamb’ yamadod’
ingqubuzana!
Cele
Chagwe
Chamane
Chibi
Chili
Chiliza
Chiya
Chonco
Chule
Cibane
Mlungisi, Ndosi,
Magaya, Khumbuza,
Dubandlela
Gcugcwa, Nzama
Mthuli, Ngwenya
Mdunge
Wohlanga, Galweni
Gambushe
Nxele
Shongololo, Gumede,
Qwabe, Khuzwayo,
Yeyeye, Mnguni
3|Page
Cindi
Coka
Mahlaba, Mashinini
Manata
D
25
Damoyi
Davids
Dhlomo (Dlomo)
Dimba
Dindi
Dladla
Dlamini
Dlamlenze
Dlangalala
Dlodlo
Dlomo (Dhlomo)
Dludla
Dludlu
Dlungwana
Dlungwane
Donda
Doyisa
Dubazana
Dubazane
Dube
Ndaba, Badela,
Tshibase, Nonunu,
Mntungwa, Manyuza,
Nkuluka, Dziyana.
Choboka-nje ngamguma!
Gubela, ntombi zintle
kunye nabayeni bazo!
Nozityana, Nonkosi,
Khand’ iyeza etyeni!
Nonxa-asakhathali! Nojawuzela!
Nto ezinyawo zimhlophe
noxa zinodaka!
Mabanga, Mtingi,
Bangile, Mthiyane
Dukada, Fanisa,
Fenya, Nkundlande,
Mnguni
Mhlongo, Mgabhi,
Njomane
Mpembe, Mgabadeli,
(Mgabadeni),
Gadlela, Dwala
Nkosi, Nyanya,
Malandela, Ngwane,
Hlubi , Sibalukhulu,
Mlangeni
Shamase, Nzima
Galu, Nyamenja
Mabanga, Mtingi,
Bangile, Mthiyane
Mkhabela, Dinangwe,
Bhelesi
Cebisa, Sikhakha
Mtima, Mzomba,
Sikhakhane
Nondaba, Gagashe,
Zondi
Ngonyama, Masinga,
Thusini, Manqele,
Mzimela
Khoso, Mazengezi,
Mvubu
Mwelase
Nyamazane,
Mbuyazi, Lushozi,
Mafukuzela,
Dub’ elimthende!
Maqham’ ehleli njengegwababa!
Buyazi!
4|Page
Nzwakele, Bayi
Duma
Dumakude
Ntenga, Mthombeni,
Lwandle
Mngcobo, Nzimase
Dumisa
Dunge
Duze
Gcwensa, Ndimande
Chiliza
Seyama
Fakathi
Fakazi
Fuze
Somdibela
Fakude, Fihlela
Ngcobo
Gabela
Lindamkhonto,
Mgabhi, Nsele,
Mntungwa, Vezi
Nzwakele!
Khushwayo!
Silwan’ esihle!
Mbuyazi kathekel’ emanxulumeni!
Jama,
owajama ngomkhonto emaDubeni!
Donda!
Mp’ iyahlehla!
Dub’ elimthende!
Wena kaMpunz’ edl’ emini,
ngob’ ebusuku yesab’ amazolo!
uMsong‘ wensimb‘ ayithath‘ ayithwal‘
ekhanda!
Khon‘ amagwal‘ azombalekela!
Mwangase!
F
3
G
27
Nsele kaLindamkhonto!
Ngilinde, ngisaland’ ezami!
Shulubez’ elikhulu
elisind’ abazali nababelethi!
Selulamthwalo
usinda amadod’ eZungeni!
Mawombe!
Sizinge!
Thambisa!
Ndindane!
Sakasa!
Mntungwa!
Ngqungqul’ eshay’
amaphik’ eSidindini!
Mabuya zembethe!
Ndindane kaMgabhi!
(OVezi batholakala phesheya
koThukela lapho abanye bexhuma
uMthimkhulu).
Gama
Mlangeni, Shabangu,
Mbokane, Mdluli,
5|Page
Gamede
Gasa
Gasela
Gaxa
Gazu
Gcaba
Gcabashe
Gcumisa
Gcwabaza
Gcwensa
Gebashe
Gedeza
Gina
Gininda
Goba
Gobhozi
Goqo
Gule
Guma
Gumbi
Gumede
Manyoni
Magadlela,
Magadlela, Mkholwa,
Sebenzekhaya,
Mbebe
Nyawose, Mzoneli
Chiliza, Mdunge
Gubevu, Nokhala,
Msutu, Giyana,
Maduna, Diba
Sibiya
Thembela, Nombela,
Mbuso
Mnguni, Gumede
Ngwazi
Mzulwini, Ndimande
Ngcaweni, Mnguni
Mnyandu, Nongalaza,
Mpangazitha
Mhlungu, Magadlela
Nyembezi, Shamase
Jangaza, Mbambo,
Magoza
Nyuswa, Ngcobo,
Fuze
Malambule,
Nselenduna
Siyaya, Mangena
Ndandali, Mlotshwa
Qwabe, Sotole,
Phakathwayo
Mnguni kaYeyeye!
Khondlo!
OSidlabehlezi bakaPhakathwayo
abathi bedla
bebebeyeng’ umuntu ngendaba!
Bethi: "Dluyeya ngenhlana,
umalokazana ubeyethe kayikhuni;
sidingida yoyodaba!”
kanti bahlinz’ imbuzi!
Malandela
ngokulandel’ izinkomo zamadoda!
Gwacela
Gwagwa
Gwala
Gwamanda
Mbili, Mhlanga
Mlambo, Qunga
Mphephethwa,
Nkondlwane
Yenga, Sochumase
6|Page
H
10
Hadebe
Bhungane, Hlubi
Mthimkhulu,
Makhulukhulu
UNdlubu zamil’ ebubini
ngoba zesab’ ukwehlela!
Ingab’ emhlabeni zesabani?
Mafuz’ afulele njengefu lemvula!
Mashwabada,
owashwabadel’ inkomo
kanye nezimpondozayo!
Gob’ izembe;
Ndleb’ enhle zombili!
Zulu! Bhungane!
NoNkulunkulu mkhulu,
kodwa akangangoBhungane!
Iziyengan’ eziyeng’ umuntu
zimyenga ngendaba.
Abanzipho zimnyama
ngokuqhwandana.
Makhulukhulu! Mehlomakhulu!
Nin’ enalala nomunwe endunu navuka
nakhwif’ ilanga.
Sigoloz’ esimehl’ abomvu.
Mashiy’ amahle.
Nina bakaLangalibalele.
Bhungane wamakhulukhulu.
Nina basemaHlutshini!
Ngelengele!
Hlabisa
Hlatshwayo
Hlela
Hlengwa
Hlomuka
Hlongwa
Ngotsha, Mdinwa,
Songiya, Somfula
Mhayise, Ngele,
Makholela,
Siyendane
Akuvalwa ngezivalo,
kuvalwa ngamakhand’ amadoda!
Cebis’ omuhle,
ngokucebis’ amakhosi!
Ngwan’ elihle nezinyawo zalo
zokunyathela!
Mgogdlan’ owavel’ eziphunzini!
Madlula, Hangala,
Kunene
Mashasha
Ngidi
Gabhisa, Mtumaseli,
Lange, Khawula,
7|Page
Hlongwane
Hlophe
Hlubi
Gence
Sangweni, Ngwane
Samela, Thumbeza
Nkosi, Ludonga,
Mavuso
J
6
Jali
Jama
Jamile
Jele
Jili
Jiyane
Sijongo, Phumela,
Ngcolosi
Dlamini, Mzizi,
Sijadu
Nsele, Nkamzwayo,
Mehloluhlaza.
Nonyanda, Luvuno,
Mgabadeli, Gasa
Vilakazi
Mbopha, Mkhathini,
Magolwana, Mahlinza
K
23
Khaba
Khambule
Khanyeza
Khanyile
Khathi
Khathide
Khawula
Kheswa
Khobeni
Khomo
Khoza
Khubisa
Khuboni
Khulu
Khuluse
Khumalo
Ngobese, Mqungebe
Mzilankatha,
Mlotshwa
Ngwane
Ngwane
Nandisa, Mbende,
Sotobe,
Phakathwayo, Sibiya
Msuth’ owaqond’ ilanga!
Hlongwa, Gebhezi,
Ntombela, Ntanzi
Mphemba
Sibiya, Zamisa
Mlotshwa, Msuthu,
Mkhathini,
Ntshingwayo
Ndlandla
Nkomo, Ncube
Maseko, Simelane
Mbulaze, Mntungwa
Hlongwa, Gabhezi,
Mdindela
Mntungwa, Mbulazi,
Onanana boselesele,
abaphumel' eshashalazini,
bahlangabezana nomoya nezulu;
Kwabhekwana!
Mzilikazi kaMashobana!
8|Page
Donda, Mzilikazi
Wen’ owal’ ukudl’ umlenze
kwaBulawayo!
Donda!
Wen’ oth’ udl’ umunt’
ub’ umyenga ngendaba!
Bheje!
Owabhej’ eNgome kwabonakala.
Mabaso!
Owabas’ entabeni,
Kwadliw’ ilanga lishona!
Wena kaMawela,
Owawel’ iZambezi ngezikhali!
Wena kaNkomo-zavul’ inqaba,
Zavul’ inqaba ngezimpondo
kwelaseNgome!
Kekela kaNgobe ongenalulak’
emntwini;
ulaka lwakhe ukuncintshana!
Sonan’ esingoni lutho;
Okwemihlambi yezinyamazane
eyahamba yalal’ emfuleni!
Lulwandle kaluwelwa,
Luwelwa zinkonjane zona ziphapha
phezulu!
MaNtungw’ ancwaba;
zindlov’ ezibantu!
Zindlov’ ezimacocombela!
Nin’ enehla ngesilulu;
MaNtungw’ aluhlaza!
Maqhaw’ amakhulu,
ehlul’ abeSuthu
NoShak’ engazang’ abehlule!
MaNtungw’ adl’ izimf’ ezimbili;
Ikhambi laphuma lilinye!
Nin’ enal’ ukudl’ umlenze
kwaBulawayo!
Nin’ enahlubuk’ eNdlunkulu kaZulu;
nenyuka nezwe!
Mbulazi!
9|Page
Khumbuza
Khuzwayo
Cele, Ndosi
Gumede!
Qwabe!
Mnguni kaYeyeye
Khondlo!
OSidlabehlezi bakaPhakathwayo
Abathi bedla, bebebeyenga umuntu
ngendaba!
Bethi „Dluyeya ngenhlana,
umalokazana ubeyethe, kayikhuni
sidingida yoyodaba!“ kanti bahlinza
imbuzi!
Malandela,
ngokulandel’ izinkomo zamadoda!
Khwane
Khwela
Kubheka
Kunene
Dlakela, Gugushe
Ndulini
Khathide, ,
Magonondo
Masobotha
Mtimande
Kweyama
Vezi, Dladla
Masobotha
Owasobothel’ udlubu nokhasi!
Bambo lunye,
zingaba mbil’ ufuz’ ekhabonina!
L
11
Lamula
Langa
Lembede
Linda
Lubisi
Lukhele
Lukhozi
Lushozi
Luswazi
Luthuli
Luvuno
Zinyane, Mthembu,
Mthonti
Ndwande,
Somaphunga, Zwide,
Sothole, Mdlaka,
Mlindi, Mcwayi,
Sodumase, Sonomo
Ndima
Cebekhulu
Madevu ( Agqabul’ inkomishi !),
Madelis’ sdumbu adl’umlenze,
Wena woPhokophal’ olusha;
Oludala yisilungulela!
Mdluli, Nzimande
Gcwensa,Ndimande,
Mzulwini, Bhebhula
Madlanduna, Mshibe,
Dlangamandla
Malembe,
Madlamalala
M
186
Mabanga
Mabaso
Mabhena
Mabizela
Dlodlo, Langa,
Mpangazitha
Mntungwa
Musi, Mhlanga,
Ncagu
Mshengu, Shabalala,
10 | P a g e
Mabika
Mabusela
Mabuya
Mabuyakhulu
Mabuza
Machi
Macu
Made
Madela
Madi
Madide
Madlala
Madondo
Madonsela
Maduma
Maduna
Madziba
Mafulela
Magagula
Magubane
Magutshwa
Magwaza
Mahaye
Mahlaba
Mahlalela
Mahlangu
Mahlinza
Ndimande
Dinane, Dinabantu
Msibi, Ndlondlo,
Ngwenya,
Mntimande
Ndiyema, Mdotshana
Ludonga
Goba, Lawu,Lisela,
Mbonwa.
Zimbu, Ngwane,
Zimase, Mkhandlela
Longode, (Lingode),
Ndaba, Hhoyiyane
Ngalonde, Ngwane
Phikela, Mawanda,
Sompisi
Sishi, Mpumuza,
Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo
Mnguni, Mnquhe
Mntimande
Mthiyane
Mdlalose, Nyanda
Ndelu, Bhulose,
Shinga
Mafobo,
Ndondakusuka
Mthombeni
Dibanto, Nkomose,
Thole, Nkomose,
Sothole, Ndlandla
Simelane
Yengwayo, Njinji,
Manqondo,
Mabhul’ubhense,
Jubakhothama,
Mgabhi kaNshona
Nodanga, Ntombela,
Ntanzi
Mbunjwa, Nsukuza,
Shengele, Cindi
Maziya, Mcanco
Nyongwana,
Mabhoko, Mbili,
Phetha
Jiyane, Zosongo,
Mbusi kaJolwayo
Jange kaHoyiyane,
Gqigqqi, wena kaNzamela
Gwal’ elihle,
okwath’ abanye bebaleka nezinkomo,
labaleka nabafazi!
11 | P a g e
Mahlobo
Majola
Majozi
Makhanya
Mkhathini
Sokhela, Nzuza
Phakade, Mchunu,
Ngqulunga
Mnqamu, Gwanyana,
Mbhulangwe
Mnguni, Yeyeye,
Mpangazitha,
Gumede, Khuzwayo,
Phakathwayo, Duze,
Qwabe,
Nsongomnyama
OMnguni kaYeyeye!
OSodlabehlezi bakaKhondlo!
OPhakathwayo,
abathi bedl’ umuntu
bebe bemnyenga ngendaba!
OYeyeye
abathi `Dlula, kubeyethwe´,
kanti bahlinz’ imbuzi!
Bath’ `umlobokaz’ ubeyethe
kay’khuni; sidingida lolo daba!´
Phakathwayo!
Wena kaMalandela
ngokulandel' izinkomo zamadoda!
Amazala-nkosi lana!
OMpangazitha!
Makhathini
Makhaye
Makhaza
Makhoba
Makhunga
Malevu
Malinga
Maluleka
Malunga
Mamba
Manana
Manqele
Manyathi
Manyoni
Manzi
Mncwabe
Shombela, Mdeke,
Nyawokhulu
Luvuno, Sokhela
Hamashe, Mancini,
Sengwayo, Ncwane
Phethela
Vezi, Kunene,
Ziqunde
Mlotshwa, Vunisa,
Zindela
Thomoyi
Ndlovu
Nkosi
Ncusi, Mbuyise,
Nkabinde, Ndimande
Manqele
kaS’khethankomo,
Duyaza
Zindela ,Mgwaba,
Ciyane. Mbhense,
Donda
Mlotshwa
Nonkululeko,
12 | P a g e
Manzini
Maphalala
Maphanga
Maphisa
Maphumulo
Masango
Maseko
Mashaba
Mashinini
Mashiyane
Masina
Masinga
Masilela
Masondo
Masuku
Mathaba
Mathe
Mathebula
Qomazitha,
Nyokayebululu,
Njinji
Zungu
Khoza, Mtimande,
Mavuso, Msuthu
Gumede, Ginindza
Mlambo, Sishange,
Mabhedla
Mashimane,
Doncabe, Zikode,
Cwalile
Ntusi, Mdluli
Ngcamane, Khuboni
Ngungunyana,
Phoseka
Guliwe, Bembe,
Cindi
Sondaba, Skhabe,
Sontshibe
AbeSuthu baseNkalanjana!
Abamaziny’ ansansa!
AbaseMbathamkhonto njengobhedu!
Abehla ngesilulu!
Abathi:
“Zibukuzana zani lezi na?”
Kanti `zinqama.
AbakwaKhoza,
KwaMehlwana,
KwaMlotha,
KwaNungwana!
AbeSuthu baseMawusweni!
Sondaba omuhle,
wena waseMthandeni.
Skhabe!
Wen’ owakhab’ inkosi ngonyawo,
akwaba `ndabazalutho!
Yavuka, kwaxolisa yona, yathi:
“Phepha Sondaba!”
Mathebula, Mkholo
Shobane, Njomane,
Mangethe
Mntambo, Mlondo
Nyambose,
Dingiswayo Mpanza,
Mthethwa
Ndwandwe, Zisongo,
Nhlane
Mcambi, Mbuyazi
Ncanana,
Thenjwayo,
Mzilankatha
Masina, Mkholo,
13 | P a g e
Mathenjwa
Mathibela
Mathonsi
Mathunjwa
Mavimbela
Mavundla
Mavuso
Maxase
Mayise
Mayisela
Mazibuko
Mbambo
Mbanjwa
Mbatha
Mbeje
Mbhele
Mbhense
Mbokane
Mthombeni
Mgabadeli,
Ndabezitha
Msuthu
Shekimbuya
Mvubu
Bhembe, Mwelase,
Mngwemkhulu,
Thabekhulu
Ludonga, Mshengu,
Shabalala
Phakathi, Nkomoye,
Nsele
Mhayise, Jibela,
Mbonane
Khondlo, Mwelase
Goba, Magoza,
Mdunge, Theneza
Sokhela, Samu,
Magujwa, Dindela
Shandu
Mbatha, Shandu
Mphemba, Sompisi
Ndlela
Nsibande
Gama, Mdluli,
Maphalala, Manyoni
Shandu kangakanani;
nasentendeni yesandl’ uyenela!
Titfo timbhobho, timgcilibele!
Mbuya lendze kaMyabane!
Mphephethwa! Manyoni!
Ludvonga laMavuso!
Samkete singambova malangeni!
Wena weluhlanga lwakaNgwane!
Wen' umhle kakhulu!
Wena lowacedza Lubombo
ngekuhlehletela!
Niphophele lokumnandzi emnfuntini!
Sidlukula dledle sakaLobamba,
hambe basidlukulisa bafati
nemadvodza!
Awucedvwa, Mlangeni,
Mswati kaSobhuza kaSomhlolo!
Nina beNgwane!
14 | P a g e
Wena weKunene!
Mbokazi
Donda, Nxele,
Sontuli, Hlamukazi
Lwandle aluwelwa,
luwelwa zinkonjane
zona ziphapha phezul’ emafini!
Phangela kobhongo, koqhoqhoqho!
Mlamlankunzi
`ngab’ uziyekile, zabulalana!
Hlamukazi kaMdaka;
Umdaka usezintangeni!
Wen’ owasePhulamuth’-uphekiwe
endlini kaMantombase;
abakaPhangela, abaphangel’
izinkomo zamadoda,
lath’ ilanga liphuma,
labe liphuma nezinkanzi zamadoda!
Mbonambi
Mbongwa
Mbongwe
Mbuli
Mbuthu
Mbuthuma
Mbuyisa
Mchunu
Mcoyi
Mdaka
Mdakane
Mdladla
Mdlalose
Mdletshe
Mdluli
Mbuyazi, Mabhodla
Mbuyisa, Makhubo
Sondisa, Maphanga
Makhunga, Lindisa,
Mlawula
Dwebelimdaka,
Nokaka, Msuthu
wakwaMshweshwe,
Ntamonde, Helushe
Gqagqazela
,Mlotshwa, Mbuyazi,
Mbonambi, Dube
Macingwane
Gumede
Nhlabathi, Mdomula,
Magezana
Mlangatshe
Thumbela, Mwelase
Nyanda, Dikane,
Khwenta
Nomane, Msindazwe
Lukhele Nyoka,
Sikhangisa,
Nzimande, Sikwayo
Nyanda we’phahla!
15 | P a g e
Mdunge
Memela
Meyiwa
Mfaba
Mfeka
Mfusi
Mgabhi
Mgenge
Mgobhozi
Mhlaba
Mhlanga
Mhlongo
Chiliza, Mwelase,
Mbambo, Makhathini
Gambu, Msuthu,
Nontuli
Msomi, Gasa
Mguni, Mzimela
Thiyane
Maphahla
Mahlobo, Mnguni,
Yeyeye
Zwane
Gwacela, Mbili
Njomane, Langeni,
Mgabhi, Makhedama,
Khuyameni
Makhedama!
Soyengwase!
Nina bakaBhebhe kaMthendeka!
Nina bakaSoqubel’
onjengegundwane!
Nina baseSiweni,
kwaMpuku yakwaMselemusi,
kwaNogwence webaya!
Zingwazi zempi yakwaNdunu!
Njoman 'eyaduk' iminyakanyaka,
yatholakal 'onyakeni wesine;
yabuye yatholakala ngowesikhombisa!
Langen’
owavel'elangeni!
Mhlophe
Mhlungu
Miya
Mjadu
Mkhabela
Mkhaliphi
Mkhatshwa
Mkhize
Dladla, Gadlela
Mthiya, Mwelase,
Ngwane
Mcwaningi,
Msilak’phepha,
Gcwanini, Mzizi
Sonqandile, Mshikila,
Ndlela
Dlomo
Mphephethwa,
Vilakazi, Jili, Binda
Nxumalo, Ndwandwe
Gubhela, Khabazela
kaMavovo, Gwaba
kaziHlandla, Gcwabe
uGwaba kaNozihlandla,
okhanyamas’ esiswini
16 | P a g e
Mkhonza
Mkhulisi
Mkhungo
Mkhwanazi
Mlaba
Mlambo
Mlangeni
Mlondo
Mlotshwa
Mncube
Mncwabe
Mngadi
Mngoma
Mwelase, Mthembu
Ndosi
Nkwaliyenkosi,
Nkwali, Ndonga,
Shamase
Ximba, Mabhoyi
Mdineka, Sishange,
Gubhuza, Ndlanzi
Magasela, Sishiya,
Madondo, Mdephane,
Linda
Mgenge,
Nongalo,
Nodungandaba,
Sakh’ umuzi ngomkhonto.
Nogwaj’ ozikhundlakhundla;
esinye esokulala
esinye esokwethamela!
Makhombothi
Khambule,
Mlotshwa,
Mzilankatha, Shezi
Mpangazitha,
Phakathi, Sishangwe,
Mjoji, Makhathini
Madlakovu, Ngema,
Khongisa, Bozini,
Cenge.
Ntamonde,
ingaba mfisha, yeza nonina!
Ukholokholo,
isibongo esingabongwa
ngabaLandakazane!
Amalal’ alal’ efak’ umunw’ endunu,
avuk’ aw’ncind’ akhomb’ izulu,
kwafiphal’ ilanga!
(uMculi wodumo uKhabi Mngoma
babemhasha bethi „Khala lembube“
kwazise phela wayenekhala
elaligqamile, libonakala! )
Mngomezulu
Mnguni
Mngwengwe
Mnisi
Mnomiya
Mntambo
Dlakadla
Mzimela, Khonjwayo,
Donda, Mfeka
Zitha, Mhlambo
„AmaHlamb’ amhlophe
ngokuhlambuluka!
Mvulani, Nkophe
Gininda, Shezi
Nhlangothi, Mlondo,
Vezi, Masilela,
Jiyane
17 | P a g e
Mnqayi
Mnyandu
Motha
Mpanza
Mpofana
Mpungose
Mqadi
Msane/Msani
Mseleku
Msezane
Msibi
Msimango
Msomi
Msweli
Mthabela
Mthalane
Mthanti
Mthembu
Mthethwa
Mashiya, Linda,
Nsele
Mvulane
Thabekhulu,
Sandanezwe,
Thabekhulu,
Mavundla, Siwele,
Donda
Ntombela
Khuba, Gawozi,
Phahla
Mbuyisa
Vangisa, Mvuna,
Majoka
Duma, Lwandle,
Mthombeni
Ndlondlo, Guliwe
Thabizolo, Nonkosi
Nyawose, Phingoshe,
Gasa, Nomndayi
Chibi, Mlotshwa
Weza
Mnyaka, Mthiyane,
Ntsele
Mvelase, Qhudeni
Nyambose,
Dingiswayo
Masondo
Mpanza
Mbambo
Msweli
Mvelase,
owavel’eNyandeni!
Ongawadl’ amathibani;
angadl’ amathibane,
indlala ngabe iwile!
ONgoz’ abavel’ eNyandeni!
Nina baseMlamlankunzi!
Nyambose kaDingiswayo!
Hlanga lomhlabathi!
Nkonyane lenkosi!
Wena wasezansi, eMbelebeleni!
Godongwane!
Maf’ avuke njengedangabane!
Ludonga dilika, and’ ub’ aphuz’
emcocozweni!
Mageza ngobis’ amanz’ ekhona!
Nina baseMchachazweni!
Nina enakh’ emifulen’ emibili,
iNseleni neMfoloz’ emhlophe!
Nina eniphuza phezul’ emfuleni,
18 | P a g e
nichame ngenzansi, ziphuze izizwana!
Nina basoYengweni, Manjankosi!
Masondo!
Msweli kaMasondo
Nina baseBalungwini!
Wena kaJobe kaKhujabi!
Mavela!
Mthimkhulu
Mthiya
Mthiyane
Mthombeni
Mthonti
Bhungane, Hadebe,
Makhulukhulu, Hlubi
Zubane, Mbatha
Zondo, Sokhulu,
Luvuno, Zondo,
Mazwi
Duma, Lwandle,
Magagula
Lamula, Ndlobane,
Zinyane, Bantwini,
Mpangazitha, Zucu,
Jiyane
Nina bakwaSokhela ngempepho
abafokazane bokhela ngezikhuni!
Nina bakaMwelas’ ongaweli
ngazibuko; abawela ngezimpambosi
zomfula;
omaLamulankuzi zimbili zibulalana!
Nina bakaSiwela, bakwaSilokazi,
bakwaZisongo, Songo-Linda!
Nina bakwaMagalel’ agase
njengeshongololo,
bakwaVezi kaLanga,
enesul’ udaka ngoluny’ udaka!
Nina bakwaMdak’ ongomi,
bakwaSigawulamthunz’ owawuhlez’
abafokazana!
Nina bakwaCombela kweyizolo!
Mtimande
Mtolo
Mtshali
Muthwa
Mvelase
Mwandla
Mwelase
Mzimela
Myeni
Dlangamandla
Hlabangane,
Mantshinga, Gebisa
UMagalel’ agas’ onjengengonyama!
UMantshing’ ozilwan’ ezibili;
ingwe nengonyama!
Qhudeni
Nqumela, Magange
Mnguni
Mdolomba, Mzukase,
Mnguni, Mzimela,
Mziyankatha
19 | P a g e
Myeza
Mzila
Mzimela
Mzobe
Mzolo
Mzoneli
Ndengezi, Msokazi,
Mzukwuse, Dimbane,
Mpangele
Mawewe, Nyambane
Mnguni, Dimbani
Ngcolwane, Lamula,
Phohla, Walawala
Dlangamandla, Gasa,
Mbungela
Msomi, Gasa,
Meyiwa, Nomndayi,
Singila,
Fundisa abant’ uk’hleka!
Wen’ owehla ngomzungulu!
N
74
Nala
Gwija, Mhlophe
Ncanana
Mathe, Thenjwayo,
Mzilankatha
Nkwakha
Ncongwane/
Ngcongwana
Ncube
Ncwane
Ndaba
Ndabandaba
Ndawo
Ndawonde
Ndebele
Ndima
Ndimande
Ndlangamandla
Ndlanzi
Ndlela
Ndlovu
Mzilankatha
Gwamanda,
Cebekhulu,
Dlamdaka, Linda,
Nomvuma
Manqele, Sibhene,
Madela, Mhlungu,
Mthiyane, Lingode,
Maphikela
Mahamba, Sidlodlo,
Mphephethwa
Yamela, Khoza,
Khobeni, Mphahlwa
Zitha
Mazankosi
Lembede
Gcwensa, Bayeni,
Mabizela
Mphazima
Hadebe, Bhungane,
Mthimkhulu
Caluza, Sobayeni,
(Bayeni), Sompisi
Gatsheni
UGatshen’ oBoyabenyathi,
obusonga busombuluka!
Mpongo kaZingelwayo!
Nina bakwaNdlovu-zidl'-ekhaya,
ngokweswel'-abelusi!
20 | P a g e
Nina bakwaKhumbul’-amagwala!
Nina bakwaDemazane-Ntombazana!
Nina bakwaS’hlangu-sihle.
Mthiyane!
Ngokuthiy' amadod' emazibukweni!
Nina bakwaMdubusi!
Nduli
Ndulini
Ndwandwe
Nene
Ngcobo
Ngcongo
Ngcongwana/
Ncongwane
Ngema
Ngidi
Ngobese
Ngubane
Ngubeni
Ngwane
Ngwenya
Nhlabathi
Nhlapho
Nhleko
Nhlengethwa
Njiyela
Njoko
Khwela
Khwela, Sithombo
Zwide kaLanga,
Somaphunga,
Mkhatshwa, Nxumalo
Sthenjwa,
Madlokovu, Ngema
Fuze, Mavela,
Mapholoba, Nyuswa
UFuz’ oMashiy’ amahle
sengani uzoshumayela!
Mkhonto, Phambuka,
Dinisa
Nkwakha
Madlokovu, Mngadi
Hlomuka
Mqungebe, Donda,
Mthinti
Mbomvu
Nkomo, Mntungwa
Mntimande, Mabuya
Sigegede, Luvuno,
Mwelase
Mgilija, Mncwango
Msuthu
Nqamane, Nsele,
Lindamkhonto,
Phangisa
Wena kaSibhadubhadu semvula
Wena kaSithol’ esayosiswa
sabuya nomdudukazana!
Nina enadl’ izimfe zimbili
Zaphum’ ikhambi selilinye!
UBhoq’ odliwa kuyindlala;
udliwa zinjinga!
Nina bakwaNoyile,
21 | P a g e
nina bakaBhe noMagutshwa!
Maleb’ adonsw’ agcwal’ izitsha
Msun’ oyisinqopholo!
Nina bakwaManokosha
Nina bakaBuqil’ obuphambana
noShaka!
Nkabinde
Nkala
Nkomo
Nkosi
Mchusi, Mphondle,
Mafuya
Mlotshwa
Vezi
Ndlangamandla,
Mphazima, Dlamini,
Hlubi
Ndlangamandla!
Mtungwa!
Mawandla kaNdlela
Nina baseMandlovini
Mlotshwa!
Siwela,
Mphazima kaLanga!
Nina bakwaLanga libomvu;
elashis'amabel'ezikhuthali!
Mabuya sezembethe'ugogwane!
Mlotshw’ akangakanani,
ngoba nasentendeni yesandl'
uyahlala!
Owaphath' induku' emnyama,
washay'amanzi, kwavel' udaka!
Nkonjane yenkosi!
Mpangazitha!
Nkwanyana
Nsele
Nsibande
Nsibanyoni
Nsutsha
Ntanzi
Ntombela
Ntshalintshali
Zikode
Linda, Hadebe
Goje, Mdlanyoka
Malambule
Khawula, Gebhezi,
Mahlobo, Ntombela,
Zulu
Mahlobo, Dlukula
Dledle, Mpangazitha,
Zulu, Lukhwazi
Malandela
wen’ owalandel’ izinkomo
zamadoda,
wena ongahlobi ngento yomunye;
ohloba ngento yakhe!
Phathwayo,
uKhanuka,
Ndwandwe
22 | P a g e
Ntshangase
Ntshingila
Ntshiza
Ntuli
Nxamalala
Nxasana
Nxele
Nxumalo
Nxuswa
Nyanda
Nyandeni
Nyandu
Nyathikazi
Nyawo
Nyembe
Nyembezi
Nyide
Nyoka
Nyongwana
Nyoni
Nyuswa
Nzama
Nzima
Nzimande
Nzimase
Nzuza
Mgazi, Biyela,
Menziwa Ndabezitha
Dlabane
Mtolo, Dlangamandla
Mphemba, Mbhele
Sompisi
Zuma
Nonduma, Bele,
Sikhonza
Sweli, Semi, Msweli
Zwide kaLanga,
Ndwandwe,
Mkhatshwa,
Somaphunga, Mlaba,
Gasela, Khukhuza,
Mashobana
Dumakude, Mlaba
Thwala, Siwela
Nkwaliyenkosi,
Shamase,
Mkhwanazi, Ndonga
Ndabase, Mahulube
Mceze, Mdluli
Nyuswa
-Mbebe,
Gwalagwala,
Nyoniyamakhosi
Ngcobo, Fuze,
Mapholoba
Chamane, Gcugcwa
Hhosiyana
(Wosiyane), Zukula,
Phakathi
Mphephethwa,
Mdluli, Mdlobhiya,
Mangcamane
Sishi
Mshazi, Mahlobo
P
4
Phakathi
Phewa
Mnguni, Mjaji ,
Mpangazitha,
Mncwango, Sigagu,
Juqula,
Mvelase
23 | P a g e
Phoswa
Phungula
Nyoni, Gengeshe
Mdlovu
Q
2
Qhele
Qwabe
Gumede, Sotobe
S
32
Sabelo/
Sabela
Sangweni
Seme
Shabalala
Shabane
Shabangu
Shandu
Shangase
Shange
Shazi
Shelembe
Shembe
Shezi
Shinga
Shoba
Shongwe
Shozi
Sibaya
Gwamanda,
Mdlumbi,
Maphindela, Vezi
Ngwane, Matiwane,
Mwelase,
Hlongwane, Zikhali
Mbuyazi, Msweli
Mshengu
Donga likaMavuso!
Mboyisa, Mlinga
Gama, Dlangamandla
Mbatha, Mthiya
Shuku, Ndaleka,
Nina bophondo lwenyanga
Mkheshane, Tomane,
yakoMthiyane
Nogunjwa,
olwamis’ uShangase.
Vemezitha
Nina bakoSibindi simnyama ngoba
simnyama sonkana.
ONkom’ isengelw’ emeveni.
Nin’ enaph’ umunt’ isengwa;
eninik’ umunt’ engathi niyadilika!
Dumakude
Zindela, Cebekhulu
Maphalala, Mzamela
Nhlanzi, Mntungwa,
Mzazela kaNyathikazi!
Mathabizolo, Donsa,
Mbulabi kaNhliziyo zimashum’shumi!
Sokhanyiso,
Mashiy’ amahle
Gwaqagwaqa,
njengoboya benkonyane!
Mzazela,
Mbulabi, wen’ omuhle
Sokhubuzela,
njengento yokwetshelekwa!
Nyathikazi
Ndonsa kaSokhabuzela!
Dlaba, Sgananda
Ndelu, Bhulose,
Madziba
Mpikela, Mathumba,
Nkonkoni
Mtimande,
Bhambolunye, Mcusi
Mbasha,Gidela,Mtum
aseli, Mtungwa,
Hlongwa
Thango, Gotsholo
24 | P a g e
Sibeko
Sibisi
Sibiya
Maziya, Mkhabela,
Gembe
Mahlase,
Bhovungana,
Gamede
Sotobe, Qwabe,
Gumede, Ndaba,
Gazu, Mgxebe
Sibiya ngenkomo,
abafokazana bebiya ngamahlahla!
Ndaba komkhulu!
Ndaba, Gumede
Nina bakwankom' isengelwa emaweni,
Ingasengelw' esibayeni;
akuyon' eyakhona.
Gumede kaNdaba,
Mkhananda owafinyelela
kubalondolozi,
Wemuka noGodokazi way' eMfolozi.
UHhiya kwabanani,
Okwaphekw’ esendlini
Kwaze kwephulw’ esendlini
Engazange afe `kufudumala
Mgxebe!
Khathi!
Nina bakaSotobe kaMpangalala
Sikhakhane
Mboma, Mqhele,
Mathula, Nzimase,
Mqhele
Mboma kaMqhele,
Sdwab’ esinembobo!
Wena sang’ elingezansi,
lapho besa khon’ imilomo!
Wen’ owangena
nesikhun’ emanzini sivutha,
waphuma naso sivutha!
Wena kaMboma
os'hlahla samil’ edwaleni!
Wena kaSoqhafuza,
umlung' odl’ izinkobe!
Wena nyok’ eyacac’ emthini,
ingenazinyawo!
Nkom’ esengelw’ emeveni,
ngoba way’sengel’ ethungen’,
25 | P a g e
iyal’khahlela!
Wen’ okhishwa ngenon’ emgodini!
Wen’ ophath’ amakhos’
um’ esedukuzela!
Wen’ owahlabana ngokwehlul’
izinyanga nezanusi;
wasuka lapho waxoshiswa
ngokaSenzangakhona
ngezinkomo zekhethelo!
Wakhushulwa, awabanankosi,
ngoba inkosi yakho
kunguNodumehlezi kaMenzi!
Mboma!
Wena waseNkandla!
Sikhosana
Simamane
Ncama, Msamkhulu,
Somboni
Phakathwayo,
Mpangazitha, Mnguni
kaYeyeye, Gumede,
Qwabe
Simamane sengwe nengonyama!
Mceb’ ethule,
Wen’ oth’ udl’ umunt’ ub’
ubumyenga ngendaba!
Dluya, kubeyethwe!
Simelane
Magutshwa
Mpembe, Ntengwane
Sithole
Jobe, Mondise,
Matshana
Thwala, Nyembe
Guma, Mangena
Mthiyane
Nzuza, Mahlobo
Siwela
Siyaya
Sokhulu
Sokhela
Mpembe kaLokothwayo;
ondletshana zimqhewana,
ezaqhewulwa amagundane,
ukuba zazingemqhewu
ngabe zifuze ekhakhonina;
Shingi njengesihlabathi;
Gqamu njengelanga;
Ntengwane kaLuthuli;
Ndlovu zidl’ ekhaya
Ngokweswel’ abelusi;
Mdlambiba!
26 | P a g e
Sosibo
Thabethe, Gema,
Ncobeni, Mshingila,
Jembeqwa, Bhayiya,
Nyumbane,
Nkosinathi.
Mangekhwatha!
Tembe
Thabede/
Thabethe
Thango
Thanjekwayo
Thela
Mthonga
Mangethe, Gema,
Sosibo
Sibaya, Jiyane
T
12
Thembekwayo
Thembela
Thenjwayo
Thomo
Mhlabandlovu,
Mtimande
Dlamane, Masina
Gcaba, Shingila
Nsibande, Gabadela
Ndabezitha,
Khambule, Makhubo
Masond’ amhloph’
aney' nyawo zawo!
Wen’ owadl’ udadewenu,
uthi `kananyongo, `kanamhlehlo!
S’gung’ owathumel’
uKhuboni kaNdlovu
wath’ akabuye nengubo yob’nono!
Thomo!
Thusi
Thusini
Thwala
Sishange. Dlebe,
Nkomo, Mlotshwa
Donda, Manqele,
Mnguni, Mlaba
Mnyamande,
Nyembe, Motha,
Siwela
V
Ndlebezenkomo (?)
5
Vezi
Vilakazi
Vumase
Vumisa
Vundla
Kweyama, Mnembe
Mphephethwa, Jili,
Binda
Sikhumbane, Mfumu
Nkala
Gigaba
W
2
Wela
Gumede,
Phakathwayo
27 | P a g e
Weza
Mthalane
X
6
Xaba
Xala
Xhakaza
Ximba
Xolo
Xulu
Nonkosi, Nginikeza
Gubulundu,
Mbanjwa, Zizi,
Dlamini
Nozidlele, Bhengu,
Mpungane
Mlaba
Msuthu, Ntamonde,
Thusi
Makhathini,
Xabhashe
Obanye benele emizini yabo
Y
3
Yaka
Yengwa
Yeni
Dlunge, Shonane,
Masaphokazi,
Mayile, Dinane
Masala nendawo ebanzi!
Gwamanda, Sondini
Shibase, Zondi
Z
16
Zama
Zikalala
Zikhali
Zikode
Zimu
Zindela
Ziqubu
Zitha
Zondi
Zondo
Zubane
Zuke Mbhedu,
Bikelwayo
Zulu
Zuma
Zungu
Dingila, Nombhoco,
Gcugcwa, Wosiyane
Sangweni,
Hlongwane, Ngwane
Ntshoso, Mangethe
Mtuswa, Mbhodwe
Malinga, Mlotshwa,
Shazi, Cebekhulu
Biyase, Khathini
Ndawonde
Nondaba, Gagashe
Mthiyane
Mthiya, Zikhonjwa
Mbhedu, Bikelwayo
Mageba, Ndabezitha,
Sithuli
Nxamalala,
Mpangazitha,
Msholozi
Gwabini, Manzini,
Sengwayo, Ncwane,
Wena kaPhunga noMageba –
kaMalandela
ngokulandel’ izinkomo zabafokazana!
Ncwane
ngankomo yaseMahenyeni!
28 | P a g e
Geda, Makhoba
Zwane
Nyama kayishi;
isha ngababhebhezeli!
Geda kaManzini!
Sengwayo!
Mangethe, Ntshosho,
Zikode, Cebekhulu
01.07.1994
- ubanjiswano olusaqhubekayo IMIBUZO NEMIBONO:
ben.khumalo.seegelken@uni-oldenburg.de
Cinga nakwezinye izinhlelo zezithakazelo esezivele muva-nje njengalolu:
http://zuluring.blogspot.com/p/izithakazelo_11.html
24.01.2012
29 | P a g e

IZITHAKAZELO – kafuphi nangobude bazo
- uDkt uBen Khumalo-Seegelken "KwaMachanca"
Alte Ziegelei 4
D-26197 HUNTLOSEN
eJalimane/Deutschland
Tel/Fax: 0(0 49) - 44 87 - 75 02 85
http://www.benkhumalo-seegelken.de/ibhaybheli.html
"KwaMachanca" = "Wo die Antilope selbst am helllichten Tage angstfrei und sorglos grasen kann" /
"KwaMpunz'edl'emini!"

Similar documents